Owesilisa ulande intombi yakhe eTavern  ngemvubu

Owesilisa ulande intombi yakhe eTavern  ngemvubu 😱💔

Kube nesigameko lapho owesilisa  elande intombi yakhe eTavern wayishaya ngemvubu.

Ngokwemibiko, lo wesilisa kuthiwa uthe usekhathele yindlela intombi yakhe eziphatha ngayo, ikakhulukazi njengoba ethi uyayixwayisa ukuthi ingayi ezindaweni zokuphuza utshwala, kodwa yona iya khona ngenkani.

Kuthiwa lo wesilisa ugcine eseyilande eTavern, wase eyishaya ngemvubu.

 

Abantu bomphakathi abebebukele lesi sigameko kuthiwa bathi lona wesifazane ujwayele ukuya emaTavern, ashiye izingane zodwa ekhaya ayophuza utshwala.

Abanye kulabo abebebukele kuthiwa baze bathi, lona wesifazane  “bekufanele athole induku”, yingakho bengazange bangenelele.

Wena uthini? Ngabe umphakathi bekumele ungenelele, noma uyavumelana nokuthi “ezababili azingenwa”? 😳

Buka ividiyo ngezansi 👇 

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *