Owesilisa Ushaye Kanzima Ingoduso Yakhe Ngemuva Kokuyithola Ilele Nenye Indoda E-Lodge.
Ngokwemibiko, owesilisa kuthiwa ushaye kanzima ingoduso yakhe ngemuva kokuyithola ilele nenye indoda e-lodge.
Kuthiwa le ndoda ibisinesikhathi eside isola ingoduso yayo ngokuthi iyajola, kodwa ibingakaze ibe nobufakazi obubambekayo.
Ngemuva kokuba izinsolo ziqhubekile, kuthiwa le ndoda yanquma ukuyilandela ingoduso yayo e-lodge, lapho okuthiwa ifike khona yayithola ilele nenye indoda.
Buka ividiyo ngezansi:💔😳

