“Ngicela Ningeseke” – Owesifazane Uthi Umsebenzi Wobuqwayizi Yiwo Omphilisayo

 

“Ngicela Ningeseke” – Owesifazane Wakuleli Uthi Umsebenzi Wobuqwayizi Ezinkundleni Zokuxhumana  Yiwo Omphilisayo

Owesifazane wakuleli odume ezinkundleni zokuxhumana, uJacky_Queen, usenxuse abantu ukuthi bameseke emsebenzini wakhe, ethi yiwona omnika imali yokuziphilisa nokubeka ukudla etafuleni.

Ngokusho kwakhe, akazisoli ngokukhetha lo mkhakha njengoba umenze wakwazi ukuzimela ngokwezimali. Uthi umsebenzi awenzayo uyawuthanda futhi uyawenza ngokuzikhethela.

UJacky_Queen uveze ukuthi usuku nosuku uba bukhoma enkundleni ebizwa nge-Stripchat, lapho ejabulisa khona ababukeli ngokuveza umzimba wakhe. Uthi ngesikhathi ebukhoma, unxusa ababukeli ukuthi bamfakele ama-token ukuze aqhubeke nokuziphilisa ngomsebenzi wakhe.

Uphinde waveza ukuthi iningi labamesekayo ngabesilisa, futhi ubonga wonke umuntu omfakelayo ama-token ngesikhathi esebenza, ethi lokho kumkhuthaza ukuthi aqhubeke nomsebenzi wakhe.

Buka ividiyo yomsebenzi wakhe ngezansi:

 

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *