UMAWOO UTHI KHONA UMCULI KAMASKANDI OMENZA OCHAME ESACULA Β πŸ˜‹πŸ™ŒπŸ½

UMAWOO UTHI KHONA UMCULI KAMASKANDI OMENZA OCHAME ESACULA Β πŸ˜‹πŸ™ŒπŸ½

Umculi wamaPiano, uMaWhoo, ushiye abalandeli bakhe bemangele ngemuva kokusho amazwi avuse ilukuluku mayelana nomunye umculi kamaskandi.

UMaWhoo ubhale ezinkundleni zokuxhumana wathi:

β€œKhona omunye umculi kaMaskandi ovele angenze ngichame πŸ˜‹πŸ™ŒπŸ½πŸ™ŒπŸ½πŸ™ŒπŸ½ esacula 😭. Qagela ubani?”

Lawa mazwi avuse ingxoxo enkulu kubalandeli, abaningi bezama ukuqagela ukuthi yimuphi lo mculi uMaWhoo abekhuluma ngaye.

Abantu abaningi ezinkundleni zokuxhumana bathi kusobala ukuthi uMaWhoo ubekhuluma ngoMthandeni SK, njengoba bethi uMthandeni uyena umculi kamaskandi asondelene naye.

 

Wena ucabanga ukuthi uMaWhoo ubekhuluma ngoMthandeni SK? πŸ‘€πŸ˜‹

By admin

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *